[Intro]
Lekelela
Wemama lilizela
[Verse 1]
Sebeqalile bayakhuluma bo
Okush'ukuthi kukhon' osekuhamba kahle
Aziykhonkoth' uma ingadumi
Kepha uma isisukile ziyayilandela
Wemfaz' ongazalanga
Uyothi wabonani wemfaz' ongazalanga
Uma sewubona kushesha
Waz' ukuthi k'khona la sisuka khona
Nathi sike sabekezela
Futhi khona lapho thin' esiya khona
Sebeqalile bayakhuluma bo
Okush'ukuthi kukhon' osekuhamba kahle
Aziykhonkoth' uma ingadumi (lekelela)
Kepha uma isisukile ziyayilandela
Wemfaz' ongazalanga (lekelela)
Uyothi wabonani wemfaz' ongazalanga
Uma sewubona kushesha
Waz' ukuthi k'khona la sisuka khona
Nathi sike sabekеzela
Futhi khona lapho thin' esiya khona (lekеlela)
[Chorus]
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
Bala, cela ubale zonk' izibusiso (lekelela)
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
Bala, awuke ubale zonk' izibusiso (lekelela)
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
Bala, awuke ubale zonk' izibusiso (lekelela)
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
Bala, awuke ubale zonk' izibusiso (lekelela)
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
Bala, awuke ubale zonk' izibusiso (lekelela)
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
[Refrain]
Lekelela, lekelela
Lekelela, lekelela
Lekelela, lekelela
Bala, bala (lekelela)
Bala, bala
Bala, bala
Bala, bala
[Verse 2]
Sebeqalile bayakhuluma bo
Okush'ukuthi kukhon' osekuhamba kahle
Aziykhonkoth' uma ingadumi
Kepha uma isisukile ziyayilandela
Wemfaz' ongazalanga
Uyothi wabonani wemfaz' ongazalanga
Uma sewubona kushesha
Waz' ukuthi k'khona la sisuka khona
Nathi sike sabekezela
Futhi khona lapho thin' esiya khona (lekelela)
[Chorus]
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
Bala, cela ubale zonk' izibusiso
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
Bala, awuke ubale zonk' izibusiso
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
Bala, awuke ubale zonk' izibusiso
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
Bala, awuke ubale zonk' izibusiso
Bala (bala phela)
Bala (bala phela)
Bala (lekelela)
[Outro]
Lekelela