[Intro: Zawadi Yamungu]
Okabani na lomtwana?
Ngokabani na lomtwana?
Ngowenza labantu
Ngowenza labantu
Ngokabani na lomtwana?
Ngowenza labantu
Inkaba yakhe isele kude
Ekhaya, ekhaya
Moya sizwe sekaphuma nomageba
Yikhaya, yinkaba yakhe, isele ekhaya
[Verse: Tony Dayimane, Zawadi Yamungu, Tony Dayimane & Zawadi Yamungu]
Yeah
Nam ngicela ukunigiyela, kukhale indoda ngempela
Anidluliseni ihawu lami nami ngikwaz ukuy'vikela
Bafana nizodideka uma senginigiyela
Phela ingoma ngiyivuma kahle masengiphuze igeba
Mchunu
Macingwane
UNdabezitha
UNyanda yomkhonto
Indoda eyabulala indoda ngezandla ibe iphethe umkhonto
Mina ngiyindoda yamadoda intsizwa 'yiphelele
Manje wena usuthi uyangisabisa athi ngikyekele, ayy
Indoda ezalwa uMaDlamini (Hela MaDlamini)
Indoda edla ngokuhlwa ngoba isuke iyozingela emini
Indoda eyajaha ibhubhesi labaleka
Indoda ethi maykhuluma kthuleke ngoba iyesabeka
UMchunu
UMacingwane
UNdabezitha
UNyanda yomkhonto
UMajole nkomo [?] yakhekhezela
Njengeyhlabathi zolwandle
Unqulunga ndoda yamadoda
Iyahlonishwa lendoda
Hay'
[Outro: Zawadi Yamungu]
Khuphuka Macingwane