Take It Easy

By Teargas

On Dark or Blue

Released on September 11, 2009

Thumbnail

[Intro: K.O.]

Hey wena galakajana

Kunini usithatha kancane

Bheka manje ubanda kanjani

Hey uthanda kanjani!

Hey wena galakajana

Kunini usithatha kancane

Bheka manje ubanda kanjani

Hey uthanda kanjani!


[Verse 1: K.O.]

Khon' ozokhala la, mfan' uzothi unebhadi

Asizang' zodlala la, asinaso lesoskhathi

Ungazosangana, sok'qedela i-party

Ngoba abafana nawe can’t tell me nothing

Eintlek bow’cabangani sigijimisa le-cheese thina everyday

Mara sizwa bathi une-beef so sicela i-plate

Geez for heaven’s sake

K’dala ubuzy ukuk’ insimbi mara namanje yithi ama-heavy weight

Hayi suka… clever ngek' uy’mele may’suka

(Hayi magenge hayi kabi hayi iphutha)

Sik’bhambe ngama-finger prints

Ngoba la uhamba khona ushay’ iythupha

Ubungazi we are the wrong crew to fight

Umangabe uphuza mfanakithi uphuze right

Yah siyabazi the khuluma kakhulu type

Bizan' i-plumber lana kuzoqhum’ i-pipe

Oh no thina sizow’vala lo mlomo

Mfanakithi sizok' khiph’ ikani

Brika man mina ngiphethe izinja zam’

Joe they can pretty dance so take it easy sani


[Hook: Ntukza]

Maw’nenkinga sizokuthathela ama-steps

Maw’ngaboni sizok' fakela ama-specs

Sikwenze busy (uzolandwa clever)

Easy (uzolandwa clever)

U-bhizi uloko ushaya ama-pecks

Wazi kahle ukuthi awuna niks

Take it easy (uzolandwa clever)

Easy (uzolandwa clever)


[Verse 2: Ma-E]

Bheka manje sow’ jampa ama-fence

Bheka manje sow’nuka ama-steps

Uzobanjwa clever

Ungasenzi sithathe ama-further steps

Ungasenzi vele sisayine ama-cheque

Uzogandwa clever

Bheka manje sow’lande abogata, sow’ngene ku-june july

Mfanakithi ubhekene ney’khulu la

Uzolandwa ngendluzula, uzohlangana ney’khukhula

Ubos'khuphula before uyisusa, bengamulali bengimthusa

Hayi bengimkhuza, hayi bengimvusa

Hamb' ekasi uyobabuza, bazok’tshela ngami

Abongwana baz'fela ngami

Uthath’ i-cover mangivela sani

Mas’hlangana soxabana amakomishi azophambana

And angifuni ukubona abakini edladleni bazokhalaza


[Hook: Ntukza]

Maw’nenkinga sizokuthathela ama-steps

Maw’ngaboni sizok' fakela ama-specs

Sikwenze busy (uzolandwa clever)

Easy (uzolandwa clever)

U-bhizi uloko ushaya ama-pecks

Wazi kahle ukuthi awuna niks

Take it easy (uzolandwa clever)

Easy (uzolandwa clever)


[Verse 3: Ntukza]

Qhubeka ulib' u-speeda unyathelana ne-speed trap

Uzogijima uzojima ngathi ufuna i-six pack

Angikhulumi ngebiya you probably need that

Street cred izokushiya nge-gap like Pitch Black

Nina manipepereza mfana thina besikgereza

Nina manikhekheleza mfana thina besithesha

Ngizonifak’ i-verstaan ene ngizoyifaka ngenkani

Cause niyafakana nama-bra nje ngamantombazana...

Ene akupheli iviki ngingadonsi umphini wepiki

So kumele wenze ungangidini uzogcwal’ ijalidi kini

Fika bakini bazam' uk’khuza ang'zwisisi

Uyadelela maw’neympintshi unyathela k'phela mabriki

Angis’umalume wenu but ningabashana kim’

Can’t pass china kimi, can’t fight sala kini

Noma ungavutha umlilo we paraffin

Ungazodlalela la kimi uzothela ama-saladini


[Hook: Ntukza]

Maw’nenkinga sizokuthathela ama-steps

Maw’ngaboni sizok' fakela ama-specs

Sikwenze busy (Uzolandwa clever)

Easy (Uzolandwa clever)

U-bhizi uloko ushaya ama-pecks

Wazi kahle ukuthi awuna niks

Take it easy (Uzolandwa clever)

Easy (Uzolandwa clever)


[Outro: K.O]

Hey wena galakajana

Kunini usithatha kancane

Bheka manje ubanda kanjani

Hey uthanda kanjani!

Hey wena galakajana

Kunini usithatha kancane

Bheka manje ubanda kanjani

Hey uthanda kanjani!