Released on December 4, 2020

Thumbnail

[Chorus: Umzulu Phaqa]

Ntokazi ehlakaniphile

Egeza nangobisi

Igama lakhe uLungile

Wahlangana neny' insizwa

Enekusasa eliqhakazile

Ubhut' uMichael


[Verse 1: Umzulu Phaqa]

Ntombazane uyang'chaza

Ng'cela ungikhaphe siye espaza

Ngizokuthengela noma igwinya

Sithi ukuncokola

Umama uzothetha yena

Ubaba uzongishaya

Kodwa ngoba uyang'charma

Asambe sisheshe sibuye

Kwadlula iminyaka

Bakhula bababadala

Kwavela nabantwana

Imndeni yathi halala

Mama wathi Baba

Baba wathi Mama

Mina ngiyak'thanda

Sadalwelana


[Chorus: Umzulu Phaqa]

Ntokazi ehlakaniphile

Egeza nangobisi

Igama lakhe uLungile

Wahlangana neny' insizwa

Enekusasa eliqhakazile

Ubhut' uMichael

Ntokazi ehlakaniphile

Egeza nangobisi

Igama lakhe uLungile

Wahlangana neny' insizwa

Enekusasa eliqhakazile

Ubhut' uMichael

Ntokazi ehlakaniphile

Egeza nangobisi

Igama lakhe uLungile

Wahlangana neny' insizwa

Enekusasa eliqhakazile

Ubhut' uMichael


[Verse 2: Umzulu Phaqa]

Ntombazane uyang'chaza

Ng'cela ungikhaphe siye espaza

Ngizokuthengela noma igwinya

Sithi ukuncokola

Umama uzothetha yena

Ubaba uzongishaya

Kodwa ngoba uyang'charma

Asambe sisheshe sibuye