Released on July 22, 2016

Thumbnail

[Chorus]

Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga)

Ngikthanda impela (Ngikthanda impela)

Kodwa ngeke ngivume (Ngeke)

Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke)

Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga)

Ngikthanda impela (Ngikthanda impela baby)

Kodwa ngeke ngivume (Ngeke)

Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke)

[Verse 1]

Ukuqala ukuqala kokuhlakanipha wathi angilwengi mina

Ukwazi ukuthi isthandwa sakho siyisibusiso kuwe

Ngeke ngize ngiye lenalena

Sengikhathele ukuthatha amacala engingawazi njalo nsukuzonke

Makunge loku yiloku makunge loku yiloku

Ngigcina ngixolisa ngingekho ephutheni just to make you happy kodwa still naloko wena awukuboni

Cause you busy seaching for izinto ezingekho

You need to stop it before ubulahlekelwa okukhona ngokungekho

Mina ngithanda wena wedwa

Why kungakujabulisi loko

Why kungakwenelisi loko

[Chorus]

Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga)

Ngikthanda impela (Ngikthanda impela)

Kodwa ngeke ngivume (Ngeke)

Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke)

Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga)

Ngikthanda impela (Ngikthanda impela baby)

Kodwa ngeke ngivume (Ngeke)

Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke)

[Verse 2]

Ngathi sekuzofika langikhathala khona

Ngathi sengizoyehla lenqola

Sesilwa kakhulu sjabule kancane

Sbanga into engesusa umsindo ngento encane

Nento engekho sekuyinjwayelo

No no no no no no no no

Ndinengqondo zokthatha into zami ngigoduke Mazwai

Ngeke ngeke ngiyabonga this shit I don't need it

Mina ngithanda wena wedwa

Why kungakujabulisi loko

Why kungakwenelisi loko

[Chorus]

Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga)

Ngikthanda impela (Ngikthanda impela)

Kodwa ngeke ngivume (Ngeke)

Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke)

Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga)

Ngikthanda impela (Ngikthanda impela baby)

Kodwa ngeke ngivume (Ngeke)

Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke)

Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga)

Ngikthanda impela (Ngikthanda impela)

Kodwa ngeke ngivume (Ngeke)

Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke)

Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga)

Ngikthanda impela (Ngikthanda impela baby)

Kodwa ngeke ngivume (Ngeke)

Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke)

[Outro]

Ngeke ngiqambe amanga

Ngikthanda impela

Kodwa ngeke ngivume

Udlale ngami