Released on December 4, 2020

6K Views

Thumbnail

[Chorus]

Noma ngabe ukude kunami

Kodwa uyohlale ukhona enhlizweni yami

Maye ng'yazizonda lezontaba mama ezing'sithela ulovie wami

Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku

Ng'zokubona maduze

Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku

Ng'zokubona maduze

Maduze, duze, khaw'duze ndiphuze

Maduze, duze, khaw'duze ndiphuze


[Verse 1]

Ng'cel'uyiphathe khahle, lapho ukhona, darlie

Nami ng'phatha khahle

Ayukuthi angikwethembi

Yazi ilingo, darlie hlale yikhona endleleni

Inkumbulo, inkumbulo

Ng'yazi, darliе uyafa inkumbulo

Ng'cela uqaphele inkanuko, inkanuko

Ayumzwangеndwa uba nenkanuko


[Bridge]

Mayefika amajongo

Uwatshele ukuthi wena uqome le kwaZulu

Mayefika ezo shela amajongo

Uwatshele ukuthi wena uqome le kwaZulu

O ntaba dilika

Ng'bone isthandwa sami

Ay'umama ubiza


[Chorus]

Noma ngabe ukude kunami

Kodwa uyohlale ukhona enhlizweni yami

Maye ng'yazizonda lezontaba, mama ezing'sithela ulovie wami

Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku

Ng'zokubona maduze

Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku

Ng'zokubona maduze

Maduze, duze, khaw'duze ngiphuze

Maduze, duze, khaw'duze ngiphuze