Released on July 22, 2016

Thumbnail

[Chorus]

Ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani

Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo

Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela

Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo

Funa wena, wena, wena, wedwa

Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo


[Verse 1]

Amehl' awababoni abanye

Abona wena wedwa

And angeke kuze kshintshe lokhu

Bakhulume kabi kimi bakhulume kabi kuwe

Bath ngibonani kuwe

Ngibona lokhu obona ngimi

Bayadlala abakhohlwe

Mina angeke ngikyeke

Ngizokthanda njalo, nongathandi yoze athande


[Chorus]

Ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandan' nobani

Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo

Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela

Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo

Funa wena, wena, wena, wedwa

Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo


[Verse 2]

Thembalam ngyacela ungalinge lalele labantu mabeth

Uthando lwethu luyophelela emoyeni

Bano mona abafuni ukubona sijabulile mina nawe

Kodwa leyo aksinginga

Ngoba vele aba siyenzeli lutho

Banjalo abantu

Ubabeke abantu

Abafuni into enhle

Maba khohlwe

Bayeke

Mina ngawe ngicwele


[Chorus]

Ngish' ubaba nomama

Angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani

Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo

Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela

Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo

Funa wena, wena, wena, wedwa

Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo