Released on September 14, 2017

24K Views

Thumbnail

Sengaze kuf'umuntu

Sengaze kuf'umuntu

Ngenxa yothando

[Chorus]

Ngiyazi akukho lula

Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile

Kodwa impilo kumele iqhubeke

Kuyokusiza ngani ukumgwaza

Kuyok'siza ngani ukumdubula,umshise, myekele

Kodwa impilo kumel'qhubeke

[Verse 1]

Khala some mntaka ma

Seza ndlula lezontsuku

Sisa khula sithandana

Kwakumnandi emhlabeni

Ngith'akusekho lokho

Sekuy'phupho lokho

'thi iyanciph'imishado

Kwand'imingcwabo

[Chorus]

Ngiyazi akukho lula

Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile

Kodwa impilo kumele iqhubeke

Kuyokusiza ngani ukumgwaza

Kuyok'siza ngani ukumdubula,umshise, myekele

Kodwa impilo kumel'qhubeke

[Verse 2]

Anibize abadala, bashise impepho emsamu

Nibize nabafundisi bathandaze

Ngith'akusekho lokho siya qhuma islilo

Iyanciph'imshado kwand'imingcwabo

Ngoba akume njalo

Bazophela oh mama bethu

Bazophela oh odade kwethu

Zopheli ngane

Sekwanele, sekwanele leligazi el'chithekile selanele