Released on December 4, 2020

Thumbnail

[Intro]

Ling'phatheleni iksasa lami?

Zonke inhlelo zami

Lento yophelelaphi?

Impendulo ngizotholaphi?

Ngoba kusa kus'ezweni

Ikusasa alaziwa


[Chorus]

Ikusasa aliziwa

Ngoba kusa kus'ezweni

Ikusasa aliziwa, oh yeah

Ngoba kusa kus'ezweni


[Post-Chorus]

Ngishay'wa uvalo oncane mang'cabanga ling'phatheleni iksasa lami

Izinto zami mile ngididekile

Moshakele zonke inhlelo zami

Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi

Imbuzo yami iphelela emoyeni

Impendilo ngizotholaphi?


[Refrain]

Kanti yini impilo? (Yini? Oh)

Mayinje (Mayinje)

Kanti yini impilo? (Oh)


[Verse 1]

Ngabe lempi ngizoy'nqoba na?

Noma iyong'hlula na?

Ilanga liyashona nothukela liyangenisa na

Ngabе ngiyoluwela na

Amaphupho enginawo ngimiselе ukuwasebenzela

Ngabe ayofezeka?

Futhi ngimisele nokuwafela ma


[Chorus]

Ikusasa aliziwa

Ngoba kusa kus'ezweni

Ikusasa aliziwa, oh yeah

Ngoba kusa kus'ezweni


[Post-Chorus]

Ngishay'wa uvalo oncane mang'cabanga ling'phatheleni iksasa lami

Izinto zami mile ngididekile

Moshakele zonke inhlelo zami

Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi

Imbuzo yami iphelela emoyeni

Impendilo ngizotholaphi?


[Refrain]

Kanti yini impilo? (Yini? Oh)

Mayinje (Mayinje)

Kanti yini impilo? (Oh)


[Verse 2]

Yazi inzima impilo yok'hlalela ovalweni

Abakhoni abanye induduzo bayithola ebhodleleni

Kunzima emalini kunzima futhi nasendlaleni

Inkinga ikhona yonke indawo ukuthi ayifani


[Chorus]

Ikusasa aliziwa

Ngoba kusa kus'ezweni

Ikusasa aliziwa, oh yeah

Ngoba kusa kus'ezweni


[Post-Chorus]

Ngishay'wa uvalo oncane mang'cabanga ling'phatheleni iksasa lami

Izinto zami mile ngididekile

Moshakele zonke inhlelo zami

Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi

Imbuzo yami iphelela emoyeni

Impendilo ngizotholaphi?