Released on January 27, 2023

Thumbnail

[Chorus: Sjava]

K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni

K’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uyimiseleni ngawe

K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni

K’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uhleleni ngawe

[Post-Chorus: Sjava]

Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma, uyamb’ awusabuyi

Uz’ufike emnyango, ungavinjiwe

Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma uyahamba

Uz’ufike emnyango ungavinjwe

[Verse 1: Sjava]

Uyobona lapho

Ukuthi akusiz’ ukuduba

Kodwa ub’ungancengiwe

Uyobona lapho, ukuthi akusizi ukuduba

Kodwa ub’ungancengiwe

Why ungibuz’ ukuthi I won’t fight for you

Futh’ uwena othe langaphandle khona abangcono, mina I don’t deserve you

Manje ung’fonela udakiwe ngabo 3 ek’seni

Ujuthwa uSummer Walker

Uyangthuka ufuna silwe, sorry, I don't need that energy

No woman no cry, woman no cry

Ngidlala uBob Marley on repeat, peace

[Chorus: Sjava]

K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni

K’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uyimiseleni ngawe

K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni

K’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uhleleni ngawe

[Post-Chorus: Sjava]

Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma, uyamb’ awusabuyi

Uz’ufike emnyango, ungavinjiwe

Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma uyahamba

Uz’ufike emnyango ungavinjwe

[Verse 2: Saudi]

I will never fight you, ngeke ngik’vimbe

I really hope ungcono ke lomtholile

Akafani nami, fani nami

Akafani nami, fani nami

How am I at fault wuwe okhethile?

Ngizobe ngikulandelelani? It’s not like ung'lindile

Nge’ngikhone I can’t

Argue nawe ngeke ngilunge

Sisi uzoziphikisa uz’ukhathale angikho lapho

[Chorus: Sjava]

K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni

K’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uyimiseleni ngawe

K’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni

K’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uhleleni ngawe

[Post-Chorus: Sjava]

Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma, uyamb’ awusabuyi

Uz’ufike emnyango, ungavinjiwe

Uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma uyahamba

Uz’ufike emnyango ungavinjiwe

[Outro: Saudi]

I'm not a player, ngine habit yokushela

Nge’ngikhone ukuk’khalela, I'll be on to the next one

Calm down, ukhalelani? Nayi i-Twin Saver

I'm not gonna save ya, zama i-police station

Hay ukuthi angikufateli, ukuthi angik’ncengi

Who gon replace me? Ngiyakutshela I’m not asking