[Intro: Sjava]
Amen, Amen
Amen, Amen
[Pre-Chorus: Sjava]
I heard the Lord call my name
Wathi, "Ungangabazi ngethembe"
"Bayeke bakhulume, kodwa Yimi owaziyo"
I heard the Lord call my name
Wathi, "Ungangabazi ngethembe"
"Bayeke bakhulume, kodwa Yimi owaziyo"
I heard the Lord call my name
Wathi, "Ungangabazi ngethembe"
"Bayeke bakhulume, kodwa Yimi owaziyo"
Bathi wena uzohluleka
Bathi ngeke uphumelele
Bayeke bakhulume, ngoba Yimi owaziyo
Bathi wena uzohluleka
Bathi ngeke uphumelele
Bayeke bakhulume, ngoba Yimi owaziyo
[Chorus: Sjava, Nothando Dlamini]
Unkulunkulu kuphela owaziyo ngeksasa lami
Omunye othi uyazi uqamba amanga
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Unkulunkulu kuphela owaziyo ngeksasa lami
Omunye othi uyazi uqamba amanga
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Oh, ngiphethe uMadida inkalakatha, inqokonqoko
Angina stress ngihamba phansi
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Oh, ngiphethe uMadida inkalakatha, inqokonqoko
Angina stress ngihamba phansi
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Eh wafika usathane nebandla lakhe
Samnquma impondo, samqumba phansi
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Bath' Uyena (Uyena yedwa)
[Refrain: Sjava, Nothando Dlamini]
Ihhih, ihhih (Uyizulu)
Ihhih, ihhih
Ihhih, ihhih
Ihhih, ihhih (Uyasabeka)
Ihhih, ihhih
Ihhih, ihhih
Ihhih, ihhih
Ihhih, ihhih
Ihhih, ihhih
Ihhih, ihhih (Uyizulu uyasabeka)
Ihhih, ihhih (Uyizulu uyasabeka)
Ihhih, ihhih (Uyizulu uyasabeka)
Ihhih, ihhih (Uyizulu uyasabeka)
Ihhih, ihhih
Ihhih, nyakaza lapho, man
Ihhih, ihhih
Ihhih, ihhih
Ihhih, ihhih
Ihhih, ihhih
Ihhih, aw' yelele
[Pre-Chorus: Sjava]
I heard the Lord call my name
Wathi, "Ungangabazi ngethembe"
"Bayeke bakhulume, kodwa Yimi owaziyo"
I heard the Lord call my name
Wathi, "Ungangabazi ngethembe"
"Bayeke bakhulume, kodwa Yimi owaziyo"
Bathi wena uzohluleka
Bathi ngeke uphumelele
Bayeke bakhulume, ngoba Yimi owaziyo
[Chorus: Sjava, Nothando Dlamini]
Unkulunkulu kuphela owaziyo ngeksasa lami
Omunye othi uyazi uqamba amanga
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Unkulunkulu kuphela owaziyo ngeksasa lami
Omunye othi uyazi uqamba amanga
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Oh, ngiphethe uMadida inkalakatha, inqokonqoko
Angina stress ngihamba phansi
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Oh, ngiphethe uMadida inkalakatha, inqokonqoko
Angina stress ngihamba phansi
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Eh wafika usathane nebandla lakhe
Aw' samnquma impondo, samqumba phansi
Ngob' Uyena (Uyena yedwa)
Bath' Uyena (Uyena yedwa)