Grounding

By Sjava

On Isibuko

Released on January 27, 2023

10K Views

Thumbnail

[Intro; Sjava]

Ooh yeah

Ooh yeah

[Chorus; Sjava]

K’thiw’ umama uyakhala ekhaya

Uthi, ''Mtanami ng’cela uganwe"

Ngamtshel’ uthando lwamanje selihlukile manje l’gcwele udlame

Wathi, "Ngiyaz’ akukholula wemtanami kodwa ng’cel’ uzame"

"Nawe uyabon’ ukuthi ilanga liyak’shonela manje, luth’ iy’ngane"

[Post-Chorus; Sjava]

Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?

Amantombazane ayefana

Nalona omusha uyok’xaka

Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?

Yeka uk’shela uyemsamo

Awazi umfazi uyacelwa?

Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?

Amantombazane ayefana

Nalona omusha uyok’xaka

Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?

Yeka uk’shela uyemsamo

Awazi umfazi uyacelwa?

[Verse: Sjava]

Mama nami ngiyafisa ukugcagcwela ng’fane nezinye insizwa nami

Nawe mama uy’qhenye ngami

Okwahlula ubaba ukubone ngami

Sengilimale kakhulu othandweni ah

Inhliziyo yami iyopha ma

Yizo zonke lezo izathu zami

Mama uzongixolela ngalenqumo zami

Ngiyazi bayak'piklela bathi

[Refrai: Sjava]

Gabi, Gabi

Gabi, Gabi

Wemfazi ongazalanga

Uyothi wabonani?

Gabi, gabi

Gabi, gabi

Wemfazi ongazalanga

Uyothi wabonani?

Mhla ziw’shaya emabaleni akwami

[Chorus; Sjava]

K’thiw’ umama uyakhala ekhaya

Uthi, "Mtanami ng’cela uganwe"

Ngamtshel’ uthando lwamanje selihlukile manje l’gcwele udlame

Wathi, "Ngiyaz’ akukholula wemtanami kodwa ng’cel’ uzame"

"Nawe uyabon’ ukuthi ilanga liyak’shonela manje, luth’ iy’ngane"

[Post-Chorus; Sjava]

Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?

Amantombazane ayefana

Nalona omusha uyok’xaka

Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?

Yeka uk’shela uyemsamu

Awazi umfazi uyacelwa?

Kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?

Amantombazane ayefana

Nalona omusha uyok’xaka

Kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?

Yeka uk’shela uyemsamu

Awazi umfazi uyacelwa?