Amagama

By Sjava

On Umqhele

Released on December 13, 2018

5K Views

Thumbnail

[Chorus]

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak’ biza ngawo awanele

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Amagam’ othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Ngoba ab'sekho ubuhle obunjena

Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela

Ngoba absekho ubuhle obunjena

Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela

Ngak'biza sweety , ngik’bize lovey

(kodwa law’ amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)

Ngakbiza baby , ngikbize nunu

(kodwa law’ amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)


[Verse 1]

Ngcela ukungacishi ilambu

Ng'funa uk'bona izishebo zami

Ngicela ungishikilele mkami

Akekho ozosibona yimi nawe

Baby turn around, maye babo!

Ngidla kahle belele abafana

Elawini, elawini

Lapho es’thola khona injabulo...


[Chorus]

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Ngoba ab'sekho ubuhle obunjena

Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela

Ngoba ab'sekho ubuhle obunjena

Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela

Ngak'biza sweety , ngik'bize lovey

(kodwa law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)

Ngak'biza baby , ngik'bize nunu

(kodwa law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)


[Verse 2]

Ngath' uNkulunkulu mayekudala, wayengajahanga

Ngith' Awushodi ngalutho wena

Bonke bahle mawungekho wena

Avele akhale amakhwela

Kumamatheka umhlaba unyawo mawul'beka

(kunyathela undlunkulu)

Akekho ozongithathela , wena baby ngingak'fela

Ngawe ngingalwa ngibe bovu

Ushisa okudlula istofu

Ngathi ngingakushela kabili. Ungiqome kabili

Ngathi ngingagibela phezu kweCarlton center

Ngitshele umhlaba wonke ukuthi uwumuntu wami


[Chorus]

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Amagam' othando akhona emhlabeni

Engak' biza ngawo awanele

Ngoba ab'sekho ubuhle obunjena

Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela

Ngoba absekho ubuhle obunjena

Lokhu ngak'gcina ngoWinnie Mandela

Ngak'biza sweety , ngik'bize lovey

(kodwa law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)

Ngakbiza baby , ngikbize nunu

(kodwa law' amagama awak'chazi ngokwanele ubuhle bakho)