Abangani

By Sjava

On Umphako - EP

Released on 2018

62K Views

Thumbnail

[Chorus: Sjava]

Ngithi mangikhumbula (mang'khumbula)

Lapho ngiphuma khona (phumakhona)

Bekungekho lula

But I made it anyway

Ngithi mangikhumbula mama (mang'khumbula)

Lapho ngiphuma khona (phumakhona)

Bekungekho lula

But I made it anyway


[Verse 1: Sjava]

Kwakungekhona ukuhlakanipha kwam'

Nam’ ngasizwa yinkab’ zam'

UMama wathi ngibonise abangani bakho

And I will show you your future

Talking Hendrix

Kwakungekhona ukuhlakanipha kwam'

Nam’ ngasizwa yinkab’ zam'

UMama wathi ngibonise abangani bakho

And I will show you your future

Talking Hendrix

Abesekho abangani

Mawumtholile bong' umdali

Ngoba la ngaphandle

Kunzima ngiyanitshela wemfethu

Sihamba ney'nyoka

Inyoka eziy'biza abafwethu

I thank God for le'ynkab' enginazo

Lokhu ngiphusha ngiphanda nazo

They saved me

Bafaka iFull tank

Maku "E" (yeah! yeah!)


[Chorus: Sjava]

Ngithi mangikhumbula (mang'khumbula)

Lapho ngiphuma khona (phumakhona)

Bekungekho lula

But I made it anyway

Ngithi mangikhumbula mama (mang'khumbula)

Lapho ngiphuma khona (phumakhona)

Bekungekho lula

But I made it anyway


[Verse 2: Saudi]

UMama told me not to trust abangani

Where I grew up there is no opportunity

Just drugs and violence Avalon and Sun City

Amagumsha are the only ones feeding their families

All my life I believed I would be nothing

When you become the one they treat you like a king

UMama wethi watch the company you keep

But if it wasn't for abangani bami

Where would Msotra be?

Ingelozi zami, zangenza umuntu ebantwini

Right when I thought uNkulunkulu ukhohliwe ngami

Akanandaba ngami

Nga-give(apha) nami

If it wasn't for bona laba abangani bami

Ngabe k'phelile ngami

USatane could've really really had his way with me

UMama methi watch the company you keep

Today I'm glad ukuthi I didn't listen


[Chorus:Sjava]

Ngithi mangikhumbula (mang'khumbula)

Lapho ngiphuma khona (phumakhona)

Bekungekho lula

But I made it anyway

Ngithi mangikhumbula mama (mang'khumbula)

Lapho ngiphuma khona (phumakhona)

Bekhungekho lula

But I made it anyway


[Verse 3: Emtee]

Uman'gkhumbula (I remember, I remember)

Emakhaya

Beyingekho i-creche

Me and my cousins used to play

Ngiyakhumbulaya

Ngale kwezintaba

Beyingekho imvula

One day, I'm gonna make it rain

Ngisakhumbula

Ngibulalwa indlala

Bekungekho ukudla

You don't know the hunger pains

Kwakunokushuba

Lapho eng'phuma khona

Bekungekho lula

But the Lord will make a way