Released on November 6, 2020

Thumbnail

[Verse 1: Mthunzi]

Stimela sihamba nam' ekuseni, haibo

Ngizoba ngowo kuqala ngiyodlula nomushayeli, eshe eh

Ang'bon' ubthongo buzofika

Ang'bon' ngizwa kuthi qothu qothu

Hai khona ang'bon' ukuthi uzofika

Eshe ang'bon' ngizwa kuthi qothu qothu, weh

Ukusa uyobonwa ngimi

Hai mina ngiyobona u-Lovey

[Pre-Chorus: Mthunzi]

Uthe ngimphathel' amasweedi yeah

Hai ingabe kuyosa nini

Haibo ukusa kuyobonwa ngimi

Hai mina ngiyobona ulovey, yeah-yeah

Hai uthe ngimphathel' amasweedi yeah

Hai ingabe kuyosa nini, ye le le

[Chorus: Simmy]

Ngiyahamba, ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami

Ngiyahamba, ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami

Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami

Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami

Ngiyahamba, ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami

[Refrain: Simmy]

[Verse 2: Simmy]

Bombela, wenyuka Bombela

Phela kusasekuseni

Indlela ibheke lena ngiyobona umuntu wami

Ang'bon' ubuthongo buzofika

Ang'bon' ngizo buthi qothu qothu

Ang'bon' ukuthi uzofika

Ang'bon' ngizo buthi qothu qothu, weh

Ukusa uyobonwa ngimi

Hai mina ngiyobona u-Lovey

[Pre-Chorus: Simmy]

Uthe uzong'phathel' amasweedi

Kanti kuyosa nini

Ukusa kuyobonwa ngimi

Mina ngiyobona ulovey

Uthe uzong'phathel' amasweedi

Kanti kuyosa nini

[Chorus: Simmy]

Ngiyahamba, ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami

(Basibonile isthandwa sami)

Ngiyahamba

(Ngiyamba mna)

(Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami)

Hai ngiyahamba mna

(Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami)

Basibonile isthandwa sami

Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami

(Hai ngiyahamba mna)

Ngizwile ukuthi basibonile isthandwa sami

(Ngizwil' ukuthi basibonile isthandwa sami)