Released on November 20, 2020

Thumbnail

[Pre-Chorus]

Baby maw'buya emsebenzini Monday

Unga worry ngizopheka

Ahhh, bese mazithi Tuesday

Nezitsha ngizoz' geza, aw yeah

Wednesday ng'zo cleaner

Ngenzi washing bese ngiyay'ayina

Thursday ma ufika, baby ngizokukhipha

Siyomamel'inamba


[Chorus]

Hayi ngob'i-weekend ngeyami

Hayi ngob'i-weekend ngeyami oh

Wena thath'i-Monday,uthathe neTuesday

Nayo Wednesday ngiyak'nika

Hayi ngob'i-weekend ngeyami

Hayi ngob'i-weekend ngeyami

Oh, ngithi thath'i-Wednesday uthathe ne-Thursday

Maar i-Friday uyayiyeka, maar i-Friday uyayiyeka, Maar i-Friday uyayiyeka


[Verse]

Aw'baby mina nawe siyathandana

Ngoba awung' stressi awung'hluphi

Aw'baby mina nawe siyathandana

Ngoba awung' stressi awung'hluphi

Aw'baby mina nawe siyathandana

Ngoba awung' stressi awung'hluphi

Aw'baby mina nawe siyathandana


[Pre-Chorus]

Ngithi maw'buya emsebenzini Monday

Unga worry ngizopheka

Ahhh, bese mazithi Tuesday

Nezitsha ngizoz'geza, aw yeah

Wednesday ng'zo cleaner

Ngenzi washing bese ngiyay'ayina

Thursday uma ufika, baby ngizokukhipha

Siyomamel'inamba


[Chorus]

Hayi ngob'i-weekend ngeyami

Hayi ngob'i-weekend ngeyami

Oh, wena thath'i-Monday,uthathe neTuesday

Nayo Wednesday ngikak'nika

Hayi ngob'i-weekend ngeyami

Hayi ngob'i-weekend ngeyami

Oh, ngithi thath'i-Wednesday uthathe ne-Thursday

Maar i-Friday uyayiyeka, maar i-Friday uyayiyeka, Maar i-Friday uyayiyeka