Released on September 20, 2019

16K Views

Thumbnail

[Verse 1]

Ngelanga lokuzalwa kwakho, bengingazi, ukuthi ngizokwenzani

Ngoba imali beyongekho, ende mina no mamakho besiphelelwe ngamaPlani

Kodwa yaringa ifoni enzulwini zobusuku, yaringa ifoni ngilele

Kodwa wafona umama wakho, wathi kimi sekunjalo, kumele siye esbhedlela

Ngokukhulu ukuthuka, ngashaya umthandazo omncane

Bese ngaphuthuma ngaba yindlela eya kuwena

Ngokukhulu ukthuka, ngashaya umthandazo omncane

Bese ngaphuthuma ngaba yindlela eya kuwena

[Chorus]

Weeh nodoli wami uNodoli yoo (wena)

Wena uyingelosi encane

Weeh nodoli wami uNodoli yoo (wena)

Wena uyingelosi encane

Weeh nodoli wami uNodoli yoo (wena)

Wena uyingelosi encane

Weeh nodoli wami uNodoli yoo (wena)

Wena uyingelosi encane

[Verse 2]

Ngathi mengfika, ngamemeza ngale kosango

Kwanzima ukulinda, ngaphandle kwendlu ka gogo wakho

Kodwa ngangeniswa ngaphakathi, ngenkathi singabathakathi

Ngize kini no, wena nomamakho

[Outro]

(vocalizing) Thilala, lolololo, thilala, lolololo, wena, wena uyingelosi encane