Released on June 16, 2026

Thumbnail

[Intro: Sjava]

Lena eyebandla

Lena eyebandla

Leli eng'phila nalo

[Chorus: Sjava, Emtee]

Asibong' Inkosi we bafowethu (We bafowethu)

Kuthi sisaphila we bafowethu (We bafowethu)

Nokuthi sisazwana we bafowethu (We bafowethu)

We bafowethu (We bafowethu)

We bafowethu (We bafowethu)

Ngoba abanye abasazwani (Abasazwani)

Bajahana ngeyibhamu

Yeyi inzima impilo we bafowethu (We bafowethu)

Kodwa asiyincengeni we bafowethu (We bafowethu)

Sondle imindеni yethu we bafowethu (Wе bafowethu)

We bafowethu (We bafowethu)

We bafowethu (We bafowethu)

Ngoba abanye abasazwani (Hay' abasazwani)

Bajahana ngendangala

[Verse 1: Emtee]

(Yeah)

Asibong' Inkosi we bafowethu (Uh huh)

Kudala siyenza lento yethu

Afezekil' amaphupho ethu

Sondla abantwana bethu, ayy

Rain, snow, get my hustle on

Countin' cash early morning before I leave home (Before I leave home)

Family I love, I can never leave this world alone

Before I leave home (Before I leave home)

I pray to God I won’t

Loyalty is all I know, before I leave home (Before I leave home)

I pray to God I won’t

Loyalty is all I know, before I leave home

It's getting real so Jesus take the wheel

I'ma fight till the end

I dont care how you feel

It was'nt easy mara thina samasosha (Yeah)

Bebengakholwa sizopopa

[Chorus: Sjava, Emtee]

Asibong' Inkosi we bafowethu (We bafowethu)

Kuthi sisaphila we bafowethu (We bafowethu)

Nokuthi sisazwana we bafowethu (We bafowethu)

We bafowethu (We bafowethu)

We bafowethu (We bafowethu)

Ngoba abanye abasazwani (Hay' abasazwani)

Bajahana ngeyibhamu

Yeyi inzima impilo we bafowethu (We bafowethu)

Kodwa asiyincengeni we bafowethu (We bafowethu)

Sondle imindeni yethu we bafowethu (We bafowethu)

We bafowethu (We bafowethu)

We bafowethu (We bafowethu)

Ngoba abanye abasazwani (Hay' abasazwani)

Bajahana ngendangala

[Verse 2: Saudi, Sjava]

Asbonge inkosi bafowethu

Asbonge impilo bafowethu

Abanye abavukanga ekuseni (Ekseni, ekseni)

(Ekseni, ekseni)

Sibonga amandla osiphe wona

Inhliziyo osiphe zona

Ngith' amathuba osiphe wona

Sibonga imali engapheli

Umsebenzi ongapheli

Sibonga ukthandwa okungapheli (Akungapheli)

(Akungapheli, akungapheli, akungapheli)

[Refrain: Sjava]

Siyabonga abangabonwa

Sibonga amathonga

La belele khona, siyababonga