Released on December 18, 2020

Thumbnail

[Intro: Master KG, Zanda Zakuza, Nomcebo Zikode]

(Wanitwa mos)

Yeah, yeah, yeah

Yeah, yeah, yeah

Yeah, ya, ba, yo, ya, yeah, ah

Yeah, yeah, yeah

Yeah, yeah, yeah

Yeah, ya, ba, yo, ya, yeah, ah

Yeah, yeah, yeah

Yeah, yeah, yeah

Saw'bona (Yeah, yeah, yeah) weMaDlamini


[Verse 1: Zanda Zakuza]

Iphutha liyenzeka

Bengithi ngiyamdlalisa nje

Wavele wakha umuzi enhlizweni yami

Ngabona nami esengowami

Iphutha liyenzeka

Bengithi ngiyamdlalisa nje

Wavele wakha umuzi enhlizweni yami

Ngabona nami esengowami

It may have been a mistake

But it's a chance that I'm gonna take

Sale sewusuxola makhelwane

Mhmm xola makhelwane, heyyy


[Chorus: Nomcebo Zikode]

Nami ngim'thandile

Akavel' as'thathe sonke

Nami ngim'thandile

Akavel' as'shade sonke


[Post-Chorus: Nomcebo Zikode]

Bayabuz' abaningi

Bathi ngab' uthando noma yimali

Bayabuz' abaningi

Bathi ngab' uthando noma yimali


[Chorus: Nomcebo Zikode]

Nami ngim'thandile

Akavel' as'thathe sonke

Nami ngim'thandile

Akavel' as'shade sonke

Mhmm

Mhmm


[Verse 2: Nomcebo Zikode, Zanda Zakuza]

Bhek' ubuth' uyangithanda

Manje yini ngibon' omunye?

Nam' uthe uyangithanda

Kodwa yini ngibon' omunye?

Manje m'ngan' wami

Le ndaba sizoy'misa kanjani?

Umunt' wam', umunt' wakh', umunt' wethu

Manje star wami

Le ndaba sizoy'misa kanjani?

Umunt' wam', umunt' wakh', umunt' wethu


[Chorus: Nomcebo Zikode]

Nami ngim'thandile

Akavel' as'thathe sonke

Nami ngim'thandile

Akavel' as'shade sonke


[Post-Chorus: Nomcebo Zikode]

Bayabuz' abaningi

Bathi ngab' uthando noma yimali

Bayabuz' abaningi

Bathi ngab' uthando noma yimali


[Outro: Zanda Zakuza]

Manje m'ngan' wami

Le ndaba sizoy'misa kanjani?

Umunt' wam', umunt' wakh', umunt' wethu

Manje star wami

Le ndaba sizoy'misa kanjani?

Umunt' wam', umunt' wakh', umunt' wethu