Kuningi (Remix)

By Maraza

On UNO

Released on October 20, 2023

Thumbnail

[Intro: Maraza]

Mm-mm

(Young2unn on the track)

Mm

Mm-mm


[Pre-Chorus: Maraza]

Kusukela kudala mina ngigudla

Nabantu abadala engabadlula

Ngathi nginamacala, bayangifuna

Yonke lemithwalo ise iyangihlula


[Chorus: Maraza]

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse ngqondweni yami

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse mahlombe ami

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse ngqondweni yami

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse mahlombe ami


[Verse 1: Aubrey Qwana]

I never knew my dad, eh

Ngikhumbula ngisasemncane bengitshela ukuthi uye lona

Elele ebhokisini

Manje ngithwele ama[?]

Ngithwele amacala

Ngithwele ama[?]


[?]

Yabona lento yesibongo sami (Yeah)

Ingivalela into zami

Yabona lento yesibongo sami (Ooh, yeah)

Ingimoshela into zami

[Chorus: Maraza, Emtee]

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse ngqondweni yami

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse mahlombe ami

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi (It's a lot)

Okuse ngqondweni yami

Kuningi, kuningi (Yeah yeah)

Kuningi, kuningi (Yeah)

Okuse mahlombe ami


[Verse 2: Emtee]

Ayy, it's a lot though

We duckin' the thugs and the cops, yo

Ayy, where did I go, wrong? 'Cause I'm tryna do it right, yo

Damn, I miss my dawg (Damn, I miss my dawg)

Ayy, we was just hustlin', gettin' to the racks

Damn, I miss my dawg (Damn, I miss my dawg)

Ayy, it's kinda sad I can't bring him back


[Verse 3: Maraza]

Mm, kuningi futhi akunciphi kuyanda

Sivika abathakathi nenhliziyo zamagcwaba

Abadala bayalwa, ingane ziyalimala

Abaphansi abasinikezi namandla

Amanzi amnyama asang'zungeza

Khuluma dlozi lami uyazi ngezwa bo

Ngizizwa ngingedwa, abangizwa ngimemeza

Bengithi kuyaphela kanti kuningi kuseza


[Pre-Chorus: Maraza]

Phela kusukela kudala mina ngigudla

Nabantu abadala engabadlula

Ngathi nginamacala, bayangifuna

Yonke lemithwalo ise iyangihlula


[Chorus: Maraza]

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse ngqondweni yami

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse mahlombe ami

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse ngqondweni yami

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse mahlombe ami


[Verse 4: Bravo Le Roux]


[?]


[Verse 5: Lastee]

Kusukela kudala mina ngigudla

Ukuhlala emzini yabantu akukholula

Noma ngihlukumezeka bengithula

Ngoba kube bengikhuluma bebezongi susa

Nenkinga encane ivele ibe iphutha

Bengize ngicabanga nempilo ukuyisusa

Nomama wami wangishiya ngisemncane

Kodwa Jehovah ngibonga lelithuba

Kuningi, kuningi

Kodwa leli thalente lenza kube lula

Noma kungaba mnyama kodwa mina angeke ngibheka emuva


[Chorus: Maraza]

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse ngqondweni yami (Mm)

Kuningi, kuningi

Kuningi, kuningi

Okuse mahlombe ami (Mm)