Mtan’ omuntu

By Kid X

On Thank Da King

Released on May 25, 2018

29K Views

Thumbnail

[Intro: Makwa]

Ngabe uzalwa ngubani uzalwa ngubani

Ngoba le'pansula liyakfila

Ngoba le'pansula liyak'fila


[Bridge - Shwi]

Yazi uthando luyisiqalekiso umangabe ungenamali ezweni

(Ngathi sisebanzis’ umuthi baba)

Hayi bo

Wamuhle mtanomuntu wena

Dela owazi kini

Dela owazi nabazali bakho ntombi


[Pre-Chorus: Makwa]

WeNu, lovey, mtwanomuntu, awusemuhle

Ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani

Ngithi ngiyokbheka mababy

Ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani

Ngoba le'pansula liyakfila

Ngoba le'pansula liyakfila


[Chorus: Makwa & Kid-X]

Kumele ube intombiyami

Ntombazana le'pansula liyakufila

Kumele ube intombiyami

Noma bangathini mina ngyak’dinga hier

Kumele ube intombiyami

Beng’ zofika kodwa maje anginatrans

Kumele ube intombiyami

Ung'jabulisa noma umoya wami uphans'


[Verse: Kid X]

You’re the hottest in the city

That's without a doubt

Uzphethe fresh you’re not the type ethanda ukugcwala indawo

Always show up just to show off, then you shut it down

Independent miss could be worth a couple hundred thou’

On my yearly budget uma ungafika upheke ukline uwashe

Uphinde uneke iwashingi, you got every single thing

A man can live to imagine

I’d have had you on my radar for a minute

I’m infatuated with everything about you

You’re a beauty pageant queen wouldn’t sell you dreams

About things I couldn’t guarantee falling in love

I [?] sip a bag with tea, you'd fall head first

Could end up in casualty

I could be boyfriend number two

In case you need that Pleasure P

I’d been all around looking for the right time

Until I ran into a rough diamond

I’m finna change your name ngikwenze uMahlangu

Senz’abantwana, sofas’lahlane


[Pre-Chorus: Makwa]

WeNu, lovey mtwanomuntu

Awusemuhle

Ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani

Ngithi ngiyokbheka mababy

Ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani

Ngoba le'pansula liyakfila, le'pansula liyakfila


[Chorus: Makwa & Kid-X]

Kumele ube intombiyami

Ntombazana le'pansula liyakufila

Kumele ube intombiyami

Noma bangathini mina ngyak’dinga hier

Kumele ube intombiyami

Beng’ zofika kodwa maje anginatrans

Kumele ube intombiyami

Ung'jabulisa noma umoya wami uphans'


[Verse: Shwi]

Ngithande uNoyizwe, wanginik’ uthando

Wangitshel’ ukuthi angizomlanda ngemoto yami kubo

Ngaleso skhathi kanginayo imoto

Ngisaba ukumtshela

Oh, Wena wawungenzenjani?

Akukho moto ekhaya


[Chorus-2: Shwi noMtekhala]

Yize uthando lwami

Xola nhliziyo yami

Ngoba kanginay’ imoto

Yize uthando lwami

Xola nhliziyo yami

Ngoba anginay’ imoto


[Post-Chorus: Shwi noMtekhala]

Uyaz ungumbulali

Wayibulala inhliziyo yami

Wabulala unembeza wami

Xola nhliziyo yami


[Bridge: Shwi]

Yazi uthando luyisiqalekiso

Umangabe ungenamali ezweni

Hayi bo

Wamuhle mtanomuntu mama

Dela owazi kini

Dela owazi abazali bakho Ntombi


[Outro: Makwa & Kid-X]

Kumele ube intombiyami

Beng’ zofika kodwa manje anginatrans

Kumele ube intombiyami

Ung'jabulisa noma umoya wami uphans