NGISENDLELENI

By HITMAN CEO

Thumbnail

Ngisendleleni

Ngobona isthandwa

I'm on the way

Kunini ngahamba

Ngizofika ekuseni

Eyntatha kusa

Baby ungiphatheleni

Ungabe usabuza

Ngiphethe mancamnce

Into izimnandi

Ngicela ungalali asi charter baby

Ngilinde ngifike

I will make it worth it

Ngizofika ngikutofatofe

Njengo mbali

Ngikwenze I bicycle ngikushove

Ntaba zikude zingifihlela wena sthandwa sami

Abantu bayajika

I weather iyashintsha

Kodwa alishintshi uthando lwami

Uthando lufuna isneke

Lifuna umuntu wakho umthembe

Ebusuku ngilala ngingalele

Ngicabanga wena baby

Chorus

Wemshayeli awushaye imonto singimele isthandwa

Sthandwa lalela ngisendlеleni uyeza baba

Uzongibona ngingena еmacekeni nge aro shirt

Mawubheka ezansi

I floor shine shoe combo I correct

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngiseduze

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngiseduze

Verse 2

Imizwa yami ifuna ngikubone

Woza si video caller

Baby ngawe ngibhema ngikholwe

I voice yakho yenza ngi phone

Ngiyakuthanda wengane ka sthole

Kuthi ngigiye ngibonge

Ngikulobole nge sbaya sonke

Usine baby ungiqome

Webagibeli aniyeke ukukhuluma anivale iscabha

Wemshayeli awushaye imoto singimele isthandwa

Uyeza ubaba

Kuzofudumala

Sula inyembezi my baby

Ungabe usakhala

Cava my shoes

Looking brand new

Coming to you

You my boo

Cava my shoes

Looking brand new

Coming to u

You my boo

Chorus

Wemshayeli awushaye imonto singimele isthandwa

Sthandwa lalela ngisendleleni uyeza baba

Uzongibona ngingena emacekeni nge aro shirt

Mawubheka ezansi

I floor shine shoe combo I correct

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngiseduze

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngisendleleni

I'm on the way

Ngiseduze