Ngiyabonga

By Duncan

Released on October 6, 2023

Thumbnail

[Chorus: Skye Wanda]

Noma abangani bengangi lahla

Noma izihlobo zingihlomuka

UBab' usangigcinile, we baba ngiyabonga

Noma abangani bengangi lahla (bengilahla)

Noma izihlobo zingihlomuka

UBab' usangigcinile, we baba ngiyabonga


[Hook: Skye Wanda]

Awe Baaabaaa (uwe Baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)

UBab' usang'gcinile, we Baba ngiyabonga

Awe Baaabaaa (uwe Baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)

UBab' usang'gcinile, we Baba ngiyabonga


[Verse I: Duncan]

Argga shem, bheka...Skuva

Ngibonga ubaba esang' gcinile

Abangani sebenglahlile

Abanye ngami bakhulumile kfikile ey' ndlebeni ngizwile

Bebez' tshel' ukuthi ngwile kanti ngiqhuzukile ngvukile isosha lisakhona empini

Bebe hleka manglambile manje imina othenga igrocer sengyabuzwa sidla nini

Bebeng' bhuqa buka bengkhuluma ekasi sophuma nini

Mina ngi ngqongqozile ngi ngqongqozile

Kleva bekvaliwe dolo phansi ngathandaza bheka imnyango seyivuliwe

Baba somandla ngyabonga ngbhong emswanini ngale ngom'

Kwabangona sengyaxola noma bangshiya neylonda

Kodwa wena ukhona, wena Baba uhlal' unami ukhona

Ngilaph' engikhona ngoba ukhona plus ngizalwa nama khono


[Hook: Skye Wanda]

Awe Baaabaaa (uwe Baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)

UBab' usang'gcinile, we baba ngiyabonga

Awe Baaabaaa (uwe Baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)

UBab' usang'gcinile, we baba ngiyabonga


[Bridge: Qwabe Twins]

Oh ngyabonga Baba wami oh ngiyabonga

Oh ngyabonga Jesu

UBaba ubenathi

Oh ngiyabonga Baba wami oh ngyabonga

Oh ngyabonga ngiyabonga ngiyabonga

Oh Babaaa Babaaa

Oh ngiyabonga

Babaaa Baba wami Babaaa

Oh ngyabonga ngiyabonga ilili lili ngakho konke ongenzele khona lili lili oooh iyeyeeni


[Verse II: Duncan]

Baba deka itafula phamb' kwezitha zami

Nasemgwaqeni makshuba kodwa uhlale nami

Mabengi zama ngapha nangapha unqabe nami (nqaba namiii)

Ngicela ungigcinile abazali nabantwana bami (nabantwana bami)

Ngoba ziningi izinkinga (izinkinga)

Impilo le siyayincenga (siyayincenga)

Baba thethelela thethelela izitha zami

Baba thethelela thethelela izitha zami (izitha zami iiy)


[Chorus: Skye Wanda]

Noma abangani bengangi lahla (lahla ah)

Noma izihlobo zingihlomuka (hlomuka aah)

UBab' usangigcinile (gcinile eeh), we baba ngiyabonga

Noma abangani bengangi lahla (bengilahla aah)

Nom' izihlobo zingihlomuka (zingihlomukaa aaah)

UBab' usang'gcinile (uBab' ungigcinile), we Baba ngiyabonga (ngiyabongaaa)


[Hook: Skye Wanda]

Awe Baaabaaa (uwe Baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)

UBab' usang'gcinile, we Baba ngiyabonga

Awe Baaabaaa (uwe Baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)

UBab' usang'gcinile (iye iheee), we Baba ngiyabonga

(Usang' gcinile heee heee iyeeeh)

(weBab usang' gcinile heee, ngiyabonga iyee)