Released on August 29, 2014

Thumbnail

Skuva!

(Verse 1)

Impilo i grand manje ndibon'engathi kufikil'ukukhanya

Izolo beli empty iphakhethe manje sekugcwele nesaka

Bamb'isandla sami si focus(e) sikhohlwe ngomhlaba

Bebek'uhleka usazamula manje bafun'uxhawula

Namacherry ngapha-naphapha sefun'ukuk'qabula

Wena focus ugade lokho ekungakubuyisel'emuva

Ngoba ku obvious abanye bayanyanya mawu improve(a)

Bancane abakunika uthando iningi lithanda ukuk'bona usuwa

And ugade ntwana nes'balo sabangane sonyuka

Namacherry a fake uthando ugade intliziyo azoy'phula

Ungabi ngu Adam no Eva nawe udle le apula

Le fame izakulimaza ntwana kumel'ukhule

Kumbula, uphumaphi ungalahl'amaguluva

Ungabhubhudli nemali ngoba u impress(a) lamakruga

Lent' yi win or lose

Kutsh'ukuthi kahle-kahle siyagembula

And ubhekele nomdeni unga spend'imali ngok'gruva

Ngithi phakama maw'uphakama mfan'

Ngithi fakaza maw'ufakaza ngathi

Nale life iding'ifocus

Noma kunzima but don't cry

Ngithi phakama maw'uphakama mfan'

Ngithi fakaza maw'ufakaza ngathi

Nale life iding'ifocus

Noma kunzima but don't cry

Zikhon'izinkinga

ZIkhon'izilingo

Still

Sihlal'ekasi thina-a-a

Ohh siyathandana

Ohh siyakhuzana

Manj'asihlal'ethembeni

Masibambaneni

Ngithi phakama maw'uphakama mfan'

Ngithi fakaza maw'ufakaza ngathi

Nale life iding'ifocus

Noma kunzima but don't cry

Ngithi phakama maw'uphakama mfan'

Ngithi fakaza maw'ufakaza ngathi

Nale life iding'ifocus

Noma kunzima but don't cry

Kukhon'ezizakuphalaza ngoba nakho sowupopile kleva

Khon'ezoku prend(a) mawufulathe zisale zikuhleba

Khon'ezokumonela mazikuboba zohlala ziku hurt(a)

Lezo ezihlala emakhoneni vele imali zokucela

Mel'uqine idolo

Vele kusazothiwa uyay'tshela

Kodwa akuyisibo bonke vele ezinye ngawe zoyiqhenya

Phush'ifocus themba mina kleva ngiyakutshela

Akukho easy ezinye zi greedy but mazinawe ziyahleka

Bazoku test(a) bakusukele ungabavezel'i anger

Impumelelo iza nezitha but azikho ezingaziveza

Zungakhali ungabanaki phush'ifocus kuphela

Ulale uvuke ngomthandazo kubathakathi uzophepha

Indzondo ebentwini iqala ukuvela masewuphath'iphepha

Umakhelwane uthanda ukukubona kuye uhlale ucela

Vel'udakhi uyajabula mebon'omunye eswela

Wena upopile uphumilemanje indlala phephetha

Ngithi phakama maw'uphakama mfan'

Ngithi fakaza maw'ufakaza ngathi

Nale life iding'ifocus

Noma kunzima but don't cry x4