Dlala Mrepha

By Duncan

On Street Government

Released on August 29, 2014

Thumbnail

[Intro]

Qo Qo Qo Qo! Isphethu s'yaqondanisa

Qo Qo Qo Qo! u-Duncan uyaqondanisa

Qo Qo Qo Qo! u-Suspect uyaqondisa

Qo Qo Qo Qo!

[Chorus]

Yebafethu Sengwinle (Dlala Mrepha)

Ng'zizwa ngath ng'hambel mafini (Dlala Mrepha)

Isgubhu ngapha slokhu sing'nockile (Dlala Mrepha)

Aw! sengholile ningangdidisi (Dlala Mrepha maan please!)

[Verse 1]

Beng'hlel eduze kwa-Bar man u-wallet ugcwel' amaphepha (Money)

Ng'bizi stif after stif engath ingqondo iyalahleka

Sgubhu skhalela phezulu ngaybona seng'dansa esxukwin

Knalengane ebing'bhekile engbuka ngelihlo elgangile

Idansa izimunce nomunwe lengane mfethu igwinile

Ngaydonsa nga-jaiva nayo yathi "Khona enghamba naye"

Yathi "Khona enghamba naye, kncono asphumele ngaphandle"

Ngase ngkhipha amapheshana ngaythengela ama-Savannah

Masfika ngase mnyango angiybuzanga ngish igama

Ngayncikisele ebonden yaphefumlela emadleben

Ngaydlala umqala ngolimi yath "Angime ngyagijima"

Yath "Angime ngyagijima asbheken indawo ecashile"

Ngathi mina asblome la, yath kqala asgwine

Ngath why? Yathi "Please bhuti wena thatha la"

Ngasengthatha nam ngigwina

Ngizwe sengathi k'shisi gazi ngabona

Ngabona ngathi sek-dryer umhlaba, yebafethu kwenzenjan'?

[Chorus]

Yebafethu Sengwinle (Dlala Mrepha)

Ng'zizwa ngath ng'hambel mafini (Dlala Mrepha)

Isgubhu ngapha slokhu sing'nockile (Dlala Mrepha)

Aw! sengholile ningangdidisi (Dlala Mrepha maan please!)

Yebafethu Sengwinle (Dlala Mrepha)

Ng'zizwa ngath ng'hambel mafini (Dlala Mrepha)

Isgubhu ngapha slokhu sing'nockile (Dlala Mrepha)

Aw! sengholile ningangdidisi (Dlala Mrepha maan please!)

[Verse 2]

[Verse 3]